Ukudlala kuyisinyathelo esibaluleke kakhulu ekufundeni.
I’Masidlaleni’ yincwadi ekhuthaza izingane ukuthi zithole indawo
yazo ezifanele nalapho zizosebenzisa lokho okusezinhliziyweni zazo.
Njengoba yona igcwele abalingiswa abehlukahlukene abazalelwe
eNingizimu Afrika, nakanjani le ncwadi izozikhuthaza izingane ukuba
ziqambe izindaba zazo, nazo ziziphonsele inselelo yokuthi zizame
imidlalo emisha futhi zibe nenjabulo enkulu nabangani bazo.
Les mer
Produktdetaljer
ISBN
9781776251858
Publisert
2023
Utgiver
Vendor
Pan Macmillan South Africa Children's books
Språk
Product language
Annet
Format
Product format
Digital bok
Forfatter